UJ Press
Ukwethiwa kwamagama njengesu lokuveza abalingiswa: Kuhlaziywa izindaba ezimfushane zikaN.F. Mbhele ezikhethiwe eqoqweni elithi Amayezi Namathunzi
- Xolile Mabuza (author)
- Sizwe Zwelakhe Dlamini (editor)
Export Metadata
| Title | Ukwethiwa kwamagama njengesu lokuveza abalingiswa |
|---|---|
| Subtitle | Kuhlaziywa izindaba ezimfushane zikaN.F. Mbhele ezikhethiwe eqoqweni elithi Amayezi Namathunzi |
| DOI | https://doi.org/10.64449/9780639889832-01 |
| Landing page | https://ujonlinepress.uj.ac.za/index.php/ujp/catalog/book/282 |
| Publisher | UJ Press |
| Published on | 2025-10-07 |
| Long abstract | Abalingiswa bawumgogodla wendaba. Ziningi izindlela ezisentshiziswa ababhali ukuveza abalingiswa. Bangasebenzisa indlela eqondile noma engaqondile. Abalingiswa abantu ababamba iqhaza elibalulekile endabeni ngoba badlulisa imibono noma imicabango yombhali. Endabeni emfushane ayidingeki imidati ngempilo nangobunjalo babamlingiswa, ikakhulukazi nxa leyo midati ingaphathelene nesigameko esiwumongo wendaba. Ngenxa yokuqoqeka kwendaba emfushane, umbhali uvamise ukusebenzisa amasu namagama ambalwa ukuxoxa indaba yakhe. |
| Page range | pp. 1-17 |
