UJ Press
Ukusetshenziswa Kwabalingiswa Ngendlela Engaqondile Ukwethula Indikimba Yesandulela-Ngculazi Kanye Nengculazi Enovelini Ethi, Ngidedele Ngife
- Dumisani Sibiya (author)
- Nozipho Lungile Poswa (author)
Export Metadata
| Title | Ukusetshenziswa Kwabalingiswa Ngendlela Engaqondile Ukwethula Indikimba Yesandulela-Ngculazi Kanye Nengculazi Enovelini Ethi, Ngidedele Ngife |
|---|---|
| DOI | https://doi.org/10.64449/9780639889832-05 |
| Landing page | https://ujonlinepress.uj.ac.za/index.php/ujp/catalog/book/282 |
| Publisher | UJ Press |
| Published on | 2025-10-07 |
| Long abstract | Isandulela-ngculazi yisifo esike sabhebhetheka kakhulu ngesikhathi ingakabi bikho imishanguzo yaso eNingizimu Afrika. Ababhali abaningi babhalile ngesifo sesandulelangculazi, bezama ukufundisa isizwe ngalesi sifo. Uma kungabalwa ezimbalwa nje izincwadi ezabhalwa ngenhloso yokufundisa isizwe ngengculazi, kungabalwa inoveli kaNakanjani Sibiya ethi Kuxolelwa Abanjani (2002), inoveli kaM.E. Wanda ethi Kunjalo-Ke (2008), umdlalo kaMpumelelo Mbatha othi Ithemba Lingumanqoba (1997), inoveli kaSibiya ethi Ngidedele Ngife (2006), kanye nabanye ababhale izindaba ezimfushane kanye nezinkondlo. Yize kubhaliwe ngesifo sengculazi, ngokwemibhalo ebuyekeziwe, abekho ababhale ngaso besebenzisa inoveli ethi Ngidedele Ngife. |
| Page range | pp. 85-105 |
