UJ Press
Ukuhlaziywa Kwendawo Njengesizinda Enovelini Ka-F. Khumalo Ethi Ngenxa YeMendi: Ukuvezwa Kwendikimba Yokungalingani
- Gcinile Beauty Thwala (author)
- Phumzile Sibiya (author)
Export Metadata
| Title | Ukuhlaziywa Kwendawo Njengesizinda Enovelini Ka-F. Khumalo Ethi Ngenxa YeMendi |
|---|---|
| Subtitle | Ukuvezwa Kwendikimba Yokungalingani |
| DOI | https://doi.org/10.64449/9780639889832-02 |
| Landing page | https://ujonlinepress.uj.ac.za/index.php/ujp/catalog/book/282 |
| Publisher | UJ Press |
| Published on | 2025-10-07 |
| Long abstract | Njalo mhla zingama-21 kuNhlolanja, lapha eNingizimu Afrika kuba nesikhumbuzo esibizwa ngokuthi ‘i-SS Mendi Day’ okuwusuku lokukhumbula amasosha angama-600 anikela ngezimpilo zawo ukuba ayolekelela ezimpini zamazwe omhlaba. Yize iNingizimu Afrika ingabandakanyeki kulolu suku izithola isiphakathi ngenxa yokungalingani ngezigaba kwabantu bakuleli. La madoda abizwa ngamasosha azithola esevuma ukuba ahambe ukuze kube khona abakuzuzayo. Le noveli kaFred Khumalo esihloko sithi Ngenxa YeMendi (2019) ingenye yamanoveli asebe negalelo elikhulu ekufundiseni ngomlando wakuleli oveza amaqiniso abantu abaningi abebenganalo ulwazi ngawo. |
| Page range | pp. 19-42 |
