UJ Press
Ukusetshenziswa Kwezifengqo Ezinkondlweni Zika T. B. Qwabe
- Nontobeko Ngqulunga (author)
- Bongephiwe Dlamini-Myeni (author)
- Sibusiso Sihle Xhakaza (author)
Export Metadata
| Title | Ukusetshenziswa Kwezifengqo Ezinkondlweni Zika T. B. Qwabe |
|---|---|
| DOI | https://doi.org/10.64449/9780639889832-04 |
| Landing page | https://ujonlinepress.uj.ac.za/index.php/ujp/catalog/book/282 |
| Publisher | UJ Press |
| Published on | 2025-10-07 |
| Long abstract | Izinkondlo e-Afrika ziyinto elula kakhulu neyindlela ejulile yokuveza imizwa. Abantu abangama-Afrika bakhombisa imizwa ngengoma noma ngenkondlo uma bethanda, bezonda, besebenza noma bedlala, benokuthula, belwa, kuzelwe ingane noma kuvele isifo (Myeni, 2019). Umbhali wezinkondlo okhaliphile, akaxoxi nje indaba uma ebhala izinkondlo kepha uyaye ayinandise ngokufaka izifengqo ezithile ukuze izinkondlo zakhe zifundeke, zihehe nalowo ozilalele. Ababhali abaningi bezinkondlo abalenzi iphutha lokungafaki noma esisodwa isifaniso ezinkondlweni zabo. |
| Page range | pp. 63-84 |
